AbAhluleli 9:25 - IsiZulu 202025 Ngenxa yobutha kuye, izikhulu zaseShekhemi zabeka ezicongweni zezintaba abantu ukuba bamlalele unyendle. Bagebenga bonke ababedlula ngaleyo ndlela; kwabikwa lokho ku-Abhimelekhi. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE25 AbaseShekemi bambekela abaqamekeli eziqongweni zezintaba, baphanga bonke ababedlula kubo ngaleyo ndlela; kwabikwa ku-Abimeleki. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202425 Abantu baseShekemi esiqongweni sezintaba bammisele amanga, baphanga bonke ababehamba ngendlela, kwabikwa ku-Abimeleki. Gade chapit la |