Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 9:20 - IsiZulu 2020

20 kodwa uma kungenjalo, makuphume umlilo ku-Abhimelekhi, uqothule zonke izakhamuzi zaseShekhemi naseBhethi Milo, kuphume umlilo ezakhamuzini zaseShekhemi naseBhethi Milo ubhubhise u-Abhimelekhi.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 kepha uma kungenjalo, makuphume umlilo ku-Abimeleki, uqede abantu baseShekemi neBeti Milo, umlilo uphume nakubantu baseShekemi naseBeti Milo, umqede u-Abimeleki.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Kepha uma kungenjalo, makuphume umlilo ku-Abimeleki, udle abaseShekemi nendlu yaseMilo; makuphume umlilo kubemi bakwaShekem nasendlini yeMilo, udle u-Abimeleki.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 9:20
14 Referans Kwoze  

“Isihlahla sejikijolo saphendula sathi: ‘Uma ningibeka ngibe yinkosi yenu, wozani nizokhosela phansi komthunzi wami, uma kungenjalo, makuvele umlilo ejikijolweni, uqothule imisedari eLebhanoni.’


Amalahle ashisayo mawawele phezu kwabo, mabaphonswe emlilweni nasemigodini ejulileyo, bangabe besavuka.


Banike umvuzo ofanele izenzo zabo, nobubi bemisebenzi yabo, nangokwenza kwezandla zabo, uphindisele kubo abakwenzayo.


UNkulunkulu wathumela umoya omubi phakathi kuka-Abhimelekhi nezakhamuzi zaseShekhemi, zamphatha ngonya u-Abhimelekhi.


Ngesikhathi eshaya amacilongo angama-300, uSimakade wenza ukuba izitha zibulalane zodwa, yonke impi yesitha; impi yabaleka yaze yayofika eBhethi Shitha ngaseZerera, nasemngceleni wase-Abhela Mehola ngaseThabhathi.


Zonke izakhamuzi zaseShekhemi nalo lonke iBhethi Milo zahlangana ngasensikeni yomu-okhi eShekhemi, zahamba zambeka u-Abhimelekhi, waba yinkosi.


uma ngithi nenze okuhle ngokuhlonipha uJerubhali nabendlu yakhe namhlanje, ngakho-ke jabulani ngo-Abhimelekhi, naye ajabule ngani,


UJothamu wayesebaleka, waya eBheyeri, wahlala khona ngoba esaba umfowabo u-Abhimelekhi.


U-Abhimelekhi neviyo elalinaye baphuthuma, bama esikhaleni sesango lomuzi, ngesikhathi amaviyo amabili ephuthume ukubulala bonke ababesendle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite