Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 9:19 - IsiZulu 2020

19 uma ngithi nenze okuhle ngokuhlonipha uJerubhali nabendlu yakhe namhlanje, ngakho-ke jabulani ngo-Abhimelekhi, naye ajabule ngani,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 uma nimphathile kahle uJerubali* nendlu yakhe namuhla, thokozani ngo-Abimeleki, naye athokoze ngani;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Uma nenzile namuhla ngoJerubali nendlu yakhe ngeqiniso nangobuqotho, thokozani ngo-Abimeleki, naye ajabule ngani.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 9:19
6 Referans Kwoze  

“Ngenxa yokuthi laba bantu bawenqaba amanzi aseShilowa ageleza buthule, bathokozela uRezini nendodana kaRemaliya,


Kepha manje niyazigabisa nina; konke ukuzigabisa okunjalo kubi.


Ngokuba singabasokile thina esikhonza ngoMoya kaNkulunkulu, sizigqaja kuKhristu uJesu, asilibekile ithemba lethu enyameni,


Kusukela ngalolo lusuku uGideyoni wabizwa ngokuthi nguJerubhali, okungukuthi: “UBhali makalwe naye,” ngoba nguye owabhidliza i-althare lakhe.


kodwa namhlanje niyivukele indlu kababa, nabulala amadodana akhe, angama-70 etsheni elilodwa, nabeka u-Abhimelekhi, indodana yowesifazane oyisigqila, ukuba abe yinkosi phezu kwezakhamuzi eShekhemi, ngoba nje eyisihlobo senu,


kodwa uma kungenjalo, makuphume umlilo ku-Abhimelekhi, uqothule zonke izakhamuzi zaseShekhemi naseBhethi Milo, kuphume umlilo ezakhamuzini zaseShekhemi naseBhethi Milo ubhubhise u-Abhimelekhi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite