Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 8:8 - IsiZulu 2020

8 Wenyuka lapho waya ePhenuweli, nakubo wabacela okufanayo, abantu basePhenuweli bamphendula njengabantu baseSukhothi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Wenyuka lapho, waya ePhenuweli, wakhuluma kubo ngokunjalo; abantu basePhenuweli bamphendula njengabantu baseSukoti bebephendulile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wenyuka lapho, waya ePhenuweli, wakhuluma kubo ngokunjalo; abantu basePhenuweli bamphendula njengalokho bamphendula abantu baseSukoti.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 8:8
5 Referans Kwoze  

UJerobhowamu wakha iShekhemu ezintabeni kwa-Efrayimi, wahlala kulo; wedlula lapho wayokwakha nePhenuweli.


Kungenxa yalokho-ke abakwa-Israyeli bengawudli umsipha onamathele ethebeni lenyonga kuze kube namuhla, ngokuba uJakobe wathintwa lapho.


‘Qalekisani iMerozi,’ kusho ingelosi kaSimakade; ‘ziqalekiseni kabi izakhamuzi zalo, ngoba azizanga ukuzosiza uSimakade, ukuzosiza uSimakade elwa nesiqhwaga.’


Ngisithathe yini isinkwa sami, namanzi ami, nenyama engikuhlabele abagundi bami, ngikuphe abantu engingabazi ukuthi bavelaphi na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite