Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 8:16 - IsiZulu 2020

16 Wabamba amalunga omuzi, wathatha ameva asehlane, nogagane, wanenebula abantu baseSukhothi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Wayesebamba amalunga omuzi, nameva asehlane, namazinyo ezinqola zokubhula, wagalela ngawo abantu baseSukoti.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wathatha amalunga omuzi nameva asehlane namakhakhasi, wafundisa amadoda aseSukoti kanye nawo.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 8:16
7 Referans Kwoze  

UGideyoni waziphendula wathi: “Kulungile-ke, uma uSimakade esebanikele esandleni sami oZebha noZalimuna, ngiyakuhlebhula inyama yenu emeveni nasemakhakhasini asehlane.”


Omuhle kubo unjengehlokozi elinameva; oqotho kubo mubi kunothango lwameva. Usuku lwabalindi bakho nolokujeziswa kwakho sekufikile; sekuyakuba ngukudideka kwabo.


Ukulahlwa kulungiselwe izedeleli, nemivimbo, umhlane weziwula.


Ezindebeni zalowo ocubungulayo kufunyanwa ukuhlakanipha, kepha uswazi lungolomhlane walowo ongenangqondo.


abolukaPhahathi Mowabi, bamadodana kaJeshuwa noJowabe, babeyizi-2 812,


Wafika kubantu baseSukhothi, wathi kubo: “Nampa oZebha, noZalimuna enangichukuluza ngabo, nithi: ‘Usubathumbile yini oZebha noZalimuna, ukuba singanika amabutho akho akhathele izinkwa, na?’ ”


Wabhidliza umbhoshongo ePhenuweli, wabulala amadoda omuzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite