Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 7:6 - IsiZulu 2020

6 Inani lalabo abawaxhaphayo, bebeke izandla emilonyeni yabo, kwakungamadoda angama-300, kepha bonke abanye baguqa phansi ngamadolo ukuba baphuze amanzi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Umumo wabaxhaphayo bebeka isandla emlonyeni wawungamadoda angamakhulu amathathu, kepha bonke abanye abantu baguqa ngamadolo ukuba baphuze amanzi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Inani labakhothayo babeka isandla emlonyeni wabo lalingamakhulu amathathu; kepha bonke abanye abantu baguqa ngamadolo ukuba baphuze amanzi.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 7:6
4 Referans Kwoze  

Wehlela ngasemanzini namabutho; uSimakade wathi kuGideyoni: “Bonke labo abaxhapha amanzi ngolimi njengokuxhapha kwenja, bamise nganhlanye; nabo bonke labo abaguqa ngamadolo ukuba baphuze bebeka izandla emilonyeni yabo, nabo bamise nganhlanye.”


USimakade wayesethi kuGideyoni: “Ngalawo madoda angama-300 axhaphe amanzi, ngizokunikhulula, nginikele abakwaMidiyani esandleni sakho. Bonke abanye mababuyele emakhaya abo.”


Iyakuphuza emfuleni ngasendleleni, ngalokho-ke iyakunqoba.


Zonke izindlela zomuntu zimsulwa emehlweni akhe, kodwa nguSimakade ohlolisisa izinhloso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite