Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 6:40 - IsiZulu 2020

40 UNkulunkulu wenza kanjalo ngalobo busuku. Uboya babomile, kukhona amazolo emhlabathini wonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Wenze njalo uNkulunkulu ngalobo busuku, ngokuba kwakomile eboyeni bodwa, kepha emhlabathini wonke kwakukhona amazolo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Wenze njalo uNkulunkulu ngalobo busuku, ngokuba kwakoma eboyeni bodwa, kwakukhona amazolo emhlabathini wonke.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 6:40
3 Referans Kwoze  

UGideyoni wayesethi kuNkulunkulu: “Ungaluvumeli ulaka lwakho lungivuthele, ake ngikhulume futhi; ngiyakucela, ake ngilinge futhi ngoboya kube kanye; makube nguboya kuphela obomileyo, emhlabathini wonke kube khona amazolo.”


UJerubhali okunguGideyoni, nawo wonke amabutho ayehamba naye, bavuka ekuseni bayokanisa ngasemthonjeni kaHarodi. Inkambu yabakwaMidiyani yayingasenyakatho kwabo, phansi kwegquma iMore, esigodini.


“Zicelele isibonakaliso kuSimakade uNkulunkulu wakho, sibe ngesijule njengendawo yabafileyo noma ngesiphakame njengezulu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite