Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 6:38 - IsiZulu 2020

38 Nebala kwaba njalo. Ngesikhathi evuka ekuseni ngakusasa, wabukhama uboya, kwaphuma oboyeni amazolo ayengagcwala umcengezi wamanzi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Kwaba njalo, ngokuba wavuka ekuseni ngangomuso, wabucindezela uboya, wakhama amazolo eboyeni, kwagcwala isitsha amanzi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

38 Kwaba njalo: ngokuba wavuka ekuseni ngakusasa wahlohla uboya, wakhama amazolo eboyeni, isitsha esigcwele amanzi.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 6:38
4 Referans Kwoze  

Isihlabathi esishisayo siyophenduka ichibi, umhlabathi owomileyo ube yimithombo yamanzi; ikhaya lezimpungushe liyophenduka ixhaphozi, utshani bube ngumhlanga nekhwani.


Umphristi uyakuwuletha e-althare, awushumpule inhloko, awushise kube nentuthu e-althare, akhamele igazi lawo ezinhlangothini ze-althare.


ngizobeka uboya esibuyeni, uma kulale amazolo phezu kwabo kuphela, kodwa komile emhlabathini, ngizokwazi ukuthi uzomkhulula u-Israyeli ngesandla sami, njengoba ushilo.”


UGideyoni wayesethi kuNkulunkulu: “Ungaluvumeli ulaka lwakho lungivuthele, ake ngikhulume futhi; ngiyakucela, ake ngilinge futhi ngoboya kube kanye; makube nguboya kuphela obomileyo, emhlabathini wonke kube khona amazolo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite