Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 5:7 - IsiZulu 2020

7 Imizi yakwa-Israyeli yama ingenamuntu, Debhora, kwaze kwafika wena, wafika njengonina ku-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Abaholi baphela kwa-Israyeli, banqamuka, ngaze ngavuka mina Debora, ngavuka ngingunina kwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Abakhileyo emadolobheni baphela, banqamuka kwa-Israyeli, ngaze ngavuka mina Debora, ngasukuma njengonina kwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 5:7
7 Referans Kwoze  

Amakhosi ayakuba ngabazanyana bakho, nezindlovukazi zawo zibe ngabancelisi bakho; bayokukhothamela, ubuso bubheke phansi, bakhothe uthuli lwezinyawo zakho; uyokwazi ukuthi nginguSimakade, abethembela kimi abayukujabha.”


Mina ngingowokuthula nothembekile kwa-Israyeli. Kungani ufuna ukubhubhisa umuzi ongunina ka-Israyeli na? Yini ufune ukudla ifa likaSimakade na?”


Khonzani kuRufu okhethiweyo eNkosini, nakunina ongumame nakimi.


Yingakho abaJuda abahlala emizaneni engaphandle kwemizi, nalabo abahlala emizaneni, umhla ziyishumi nane ngenyanga u-Adari kuwusuku lwentokozo nedili, neholide abaphana ngalo izipho zokudla.


“Ezinsukwini zikaShamgari, indodana ka-Anathi, ezinsukwini zikaJayeli, abantu bayibalekela imigwaqo emikhulu, abahamba ngalezo ndlela bahamba ngezindlela ezimazombezombe.


Bakhetha onkulunkulu abasha, kwase kuba khona impi emasangweni. Phakathi kwezinkulungwane ezingamashumi amane kwa-Israyeli, ukhona yini owake waphatha isihlangu nomkhonto, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite