Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 3:6 - IsiZulu 2020

6 baganwa ngamadodakazi alezi zizwe, aba ngamakhosikazi abo, amadodana abo aganwa ngamadodakazi azo, base bekhonza onkulunkulu bazo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 bathatha amadodakazi awo aba ngomkabo, banika amadodana awo amadodakazi abo, bakhonza onkulunkulu bawo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Athatha amadodakazi awo abe ngomkawo, anika amadodana awo amadodakazi awo, akhonza onkulunkulu bawo.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 3:6
9 Referans Kwoze  

uthathele amadodana akho amadodakazi abo aphinga nonkulunkulu babo, bese enza ukuba amadodana akho aphinge nonkulunkulu babo.


uthi: ‘Isho kanje iNkosi uSimakade kulo iJerusalema, ithi: “Indabuko yakho nokuzalwa kwakho kuseKhanani. Uyihlo wayengumAmoni, unyoko engumHithi.


Awuyukwenza isivumelwano nabantu balelo lizwe. Kuyothi lapho bephinga nonkulunkulu babo, bebahlabela imihlatshelo, omunye kubo akumeme, bese udla umhlatshelo wakhe;


“Ngokuba uma nihlehlela emuva, ninamathele kuleyo nsali yalezi zizwe ephakathi kwenu, niganiselane nazo, nize niganwe ngabesifazane bazo nazo ziganwe ngabenu,


bazihlanganisa nabezizwe, bafunda ukugila imikhuba yabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite