Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 3:20 - IsiZulu 2020

20 U-Ehudi weza kuyo ngesikhathi ihleli yodwa ophahleni ekamelweni layo elipholile, wathi: “Nginomyalezo wakho ovela kuNkulunkulu.” Yayisisukuma esihlalweni sayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 U-Ehudi wasondela kuye; wayehlezi ekamelweni eliphezulu elipholileyo; wayesethi u-Ehudi: “Nginodaba oluvela kuNkulunkulu kuwe.” Wasukuma esihlalweni sakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 U-Ehudi wayesesondela kuye; wahlala endlini yasehlobo, ayenakho konke. Wathi u-Ehudi: “Nginezwi elivela kuNkulunkulu ngawe.” Asukume esihlalweni.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 3:20
11 Referans Kwoze  

Ngiyakubhidliza indlu yasebusika neyasehlobo, kushabalale izindlu ezihlotshiswe ngophondo lwendlovu, kudilike izindlu eziningi,” kusho uSimakade.


Ngubani ongayukukwesaba Nkosi yezizwe na? Ngokuba kuyimfanelo yakho, akekho onjengawe phakathi kwabo bonke abahlakaniphileyo bezizwe, nakuyo yonke imibuso yabo; akekho onjengawe.


Iphimbo likaSimakade limemeza umuzi. Igama lakho liyakubona impumelelo. Lalela sizwe kanye nalowo osiqokileyo.


Mnikeni udumo uSimakade, nina zidalwa zezulu. Mnikeni uSimakade udumo, inkazimulo namandla.


“Hamba ukhulume kuDavide, uthi: ‘Usho kanje uSimakade, uthi: “Ngikubekela izinto ezintathu, khetha ibe yinye phakathi kwazo, ukuba ngikwenzele yona.” ’ ”


Kepha yena waphenduka eduze nesithombe setshe esasiqoshwe eduze neGiligali, wabuyela emuva, wathi: “Nginombiko oyimfihlo engimele ngikutshele wona, nkosi.” Inkosi yathi: “Thulani.” Zonke izinceku zayo zaphuma lapho yayikhona.


U-Ehudi wayeselula isandla sakhe sasekhohlo wahosha inkemba yakhe eyayisethangeni lakhe lesokunene, wamgwaza ngayo u-Egiloni esiswini;


U-Ezra wema phezu kobamba, wayivula incwadi phambi kwabo bonke abantu bembuka, ngoba wayemi ngenhla kwabo. Kwathi lapho eyivula, bonke basukuma.


Inkosi yayihlezi endlini yasebusika, ngenyanga yesishiyagalolunye, kunembawula evuthayo phambi kwayo.


UBhileyamu wayesewethula umbiko wakhe, wathi: “Sukuma Bhalaki, ubeke indlebe; ungilalele, wena ndodana kaZiphori.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite