Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 21:9 - IsiZulu 2020

9 Ngokuba ngesikhathi kubizwa amagama alabo ababekhona, kwakungekho namunye kwabaseJabheshi Gileyadi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Sebebalwa abantu; bheka, kwakungekho muntu kwabakhile eJabeshi Gileyadi lapho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Abantu babalwa, bheka, kwakungekho noyedwa kwabakhileyo eJabeshi kwaGileyadi.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 21:9
3 Referans Kwoze  

Base bethi: “Sikhona yini esinye isizwana phakathi kwezizwana zakwa-Israyeli esingakhuphukelanga kuSimakade eMizpha, na?” Kwatholakala ukuthi akukho namunye kwabaseJabheshi Gileyadi oweza enkanjini enhlanganweni.


Ngakho-ke inhlangano yathumela amabutho ayizi-12 000 kubo, yawayala yathi: “Hambani nibulale ngenkemba izakhamuzi zaseJabheshi Gileyadi, ngisho abesifazane nezingane.


‘Qalekisani iMerozi,’ kusho ingelosi kaSimakade; ‘ziqalekiseni kabi izakhamuzi zalo, ngoba azizanga ukuzosiza uSimakade, ukuzosiza uSimakade elwa nesiqhwaga.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite