Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 21:24 - IsiZulu 2020

24 Abakwa-Israyeli behlukana lapho ngaleso sikhathi, ngezizwana nangemindeni, basuka lapho babuyela ezindaweni zabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Abantwana bakwa-Israyeli bamuka khona ngaleso sikhathi, yilowo nalowo waya esizweni sakhe nasemndenini wakhe, baphuma lapho, yilowo nalowo waya efeni lakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Abantwana bakwa-Israyeli basuka lapho ngaleso sikhathi, kwaba yilowo nalowo waya esizweni sakubo nasemndenini wakhe, baphuma lapho, kwaba yilowo nalowo waya efeni lakhe.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 21:24
3 Referans Kwoze  

AbakwaBhenjamini benza kanjalo, kwayilowo nalowo wazithwalela umfazi, ezintombini ezazisina, base behamba, babuyela endaweni yabo, bayakha kabusha imizi yabo, bahlala kuyo.


Ngalezo zinsuku kwakungekho nkosi kwa-Israyeli, bonke abantu babenza lokho ababekubona kukuhle emehlweni abo.


Selishonile ilanga, kwedluliswa enkanjini isimemezelo sokuthi: “Yilowo nalowo makabuyele emzini wakubo, ezweni lakubo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite