Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 21:15 - IsiZulu 2020

15 Abantu babenozwela ngabakwaBhenjamini, ngokuba uSimakade wayenze kwaba noqhekeko ezizwaneni zakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Abantu bamhawukela uBenjamini, ngokuba uJehova wayenze ukwahlukana ezizweni zakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Abantu basebezisola ngoBenjamini, ngoba uJehova wayeqhamuke ezizweni zakoIsrayeli.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 21:15
8 Referans Kwoze  

Kepha abakwa-Israyeli babenozwelo ngabakwaBhenjamini, abafowabo, bathi: “Isizwana esisodwa sinqunyiwe, sakhishwa kwa-Israyeli namuhla.


Abanye phakathi kwenu bayokwakha kabusha incithakalo yezakhiwo zasemandulo; uyakuvusa izisekelo zezizukulwane ngezizukulwane, uyobizwa ngokuthi unguMvuseleli wezingange, noMlungisi wemigwaqo ukuba kuhlalwe kukho.


ngalokho lobu bubi buyofana nomfantu ovulekile obondeni oluphakemeyo, osekuseduze lubhidlike, oluyowa ngokuphazima kweso, kungalindele muntu.


Ngenxa yokuba aniwuthwalanga ngesikhathi esedlule, uSimakade uNkulunkulu wethu wasithelekela, ngokuba asimfunanga njengokwesimiso.”


UDavide wathukuthela ngokuba uSimakade ehlasele u-Uza. Wayibiza leyo ndawo ngokuthi yiPherezi Uza, kuze kube namuhla.


Base bethi: “Kufanele kube khona izindlalifa zensali yakwaBhenjamini, ukuze kungabi bikho sizwana esishabalalayo kwa-Israyeli.


AbakwaBhenjamini babuyela emuva ngaleso sikhathi; banikwa abesifazane ababesindiswe kwabesifazane baseJabheshi Gileyadi, kodwa babengabenele.


Abaholi benhlangano bathi: “Sizokwenzenjani ukuze laba abaseleyo bathole abafazi, lokhu kungekho abesifazane abaseleyo kwaBhenjamini, na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite