Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 21:13 - IsiZulu 2020

13 Inhlangano yonke yathumela izwi kwabakwaBhenjamini ababesedwaleni likaRimoni, bamemezela ukuthula kubo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Yonke inhlangano yathuma yakhuluma kubantwana bakwaBenjamini ababesedwaleni lakwaRimoni, yamemezela ukuthula kubo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ibandla lonke lathuma ukukhuluma nabantwana bakwaBenjamini ababesedwaleni laseRimoni, ukuba bababizele ukuthula.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 21:13
9 Referans Kwoze  

Kepha angama-600 aphendukela ngasehlane, abalekela edwaleni likaRimoni, ahlala lapho izinyanga ezine.


“Kuyothi lapho ususondele emzini oyolwa nawo, umemezele ukuthula kuwo.


Weza washumayela ivangeli lokuthula kini enanikude, yebo, ukuthula nakubo abaseduze.


“Noma iyiphi indlu eningenisa kuyo, niyakuqala nithi: ‘Ukuthula makube kule ndlu.’


Ngizodala izithelo zezindebe zomlomo, ngithi: ukuthula, ukuthula kuye okude, nakuye oseduze,” kusho uSimakade; “ngiyakumphilisa.”


iLebhawothi, iShilihimi, i-Ayini neRimoni; isiyonke imizi ingama-29 nemizana yayo.


Lapho bephenduka bebalekela ehlane, edwaleni likaRimoni, kwacoboshiswa abayizi-5 000 emigwaqweni emikhulu. Baxoshwa kwaze kwaba seGidomi, kwabulawa izi-2 000 zabo.


Bafumana phakathi kwezakhamuzi zaseJabheshi Gileyadi izintombi ezimsulwa ezingama-400 ezingayazi indoda, beza nazo enkanjini eShilo, eKhanani.


AbakwaBhenjamini babuyela emuva ngaleso sikhathi; banikwa abesifazane ababesindiswe kwabesifazane baseJabheshi Gileyadi, kodwa babengabenele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite