Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 20:46 - IsiZulu 2020

46 AbakwaBhenjamini ababulawa ngalolo lusuku kwakungamadoda ayizi-25 000 ayehlome ngezinkemba, futhi wonke engamaqhawe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

46 Bonke abawa ngalolo suku kwaBenjamini babe ngabantu abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu abahlome inkemba; bonke labo babe ngamaqhawe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

46 Bonke abawa ngalolo suku kwaBenjamini babe ngamadoda ayizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu ahlome inkemba; bonke babengamadoda anesibindi.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 20:46
5 Referans Kwoze  

USimakade wabanqoba abakwaBhenjamini phambi kuka-Israyeli. Abakwa-Israyeli babhubhisa amadoda akwaBhenjamini ayizi-25 100, wonke ayehlome ngenkemba.


AbakwaBhenjamini ababalwa ngalolo lusuku babengamadoda ayizi-26 000 ahlome ngenkemba, aphuma emizini yakhona, zingabaliwe izakhamuzi zaseGibheya. Amadoda abalwa, akhethwa ayengama-700.


Lapho bephenduka bebalekela ehlane, edwaleni likaRimoni, kwacoboshiswa abayizi-5 000 emigwaqweni emikhulu. Baxoshwa kwaze kwaba seGidomi, kwabulawa izi-2 000 zabo.


Kepha angama-600 aphendukela ngasehlane, abalekela edwaleni likaRimoni, ahlala lapho izinyanga ezine.


USawule waphendula wathi: “Angisiye yini owakwaBhenjamini, isizwana esincane ezizwaneni zakwa-Israyeli na? Umndeni wami awumncane yini kuyo yonke imindeni yezizwana zakwaBhenjamini na? Ukhulumelani kimi ngale ndlela na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite