Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 20:38 - IsiZulu 2020

38 Isivumelwano phakathi kwababebhacile nempi yakwa-Israyeli kwakungukuthi lapho bebona isikhatha sentuthu sivela emzini,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Isiboniso esinqunyiweyo phakathi kwabantu bakwa-Israyeli nabaqamekeli sasiyilesi sokuba bathunqise umusi omkhulu wenyuke emzini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

38 Kwakukhona isibonakaliso phakathi kwamadoda akwa-Israyeli nabaqambimanga ababelindele ukushunqa umusi omkhulu emzini.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 20:38
4 Referans Kwoze  

Wathi: “Ngalesi sikhathi ngonyaka ozayo, uyakugona indodana.” Wathi: “Hhayi, nkosi yami, muntu kaNkulunkulu, ungaqambi amanga encekukazini yakho.”


Lapho amadoda ase-Ayi ebheka emuva akhangwa yisikhatha sentuthu sibheke esibhakabhakeni, kusha umuzi. Aphelelwa ngamandla, awaze azi ukuthi abalekele ngaphi, ngokuba abakwa-Israyeli ababebalekele ehlane babaphendukela abase-Ayi ababebaxosha.


Kepha isivumelwano sami ngiyosimisa no-Isaka, ozomzalelwa nguSara ngalesi sikhathi, ngonyaka ozayo.”


Bawahlela amabutho, ingxenye enkulu yawo yayingasenyakatho, ingxenye eyayingemuva ingasentshonalanga yomuzi. UJoshuwa walala esigodini ngalobo busuku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite