Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 20:35 - IsiZulu 2020

35 USimakade wabanqoba abakwaBhenjamini phambi kuka-Israyeli. Abakwa-Israyeli babhubhisa amadoda akwaBhenjamini ayizi-25 100, wonke ayehlome ngenkemba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 UJehova wanqoba uBenjamini phambi kuka-Israyeli; abantwana bakwa-Israyeli babulala ngalolo suku kwaBenjamini abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu nekhulu; bonke labo babehlome inkemba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

35 UJehova wahlula uBenjamini phambi kuka-Israyeli; abantwana bakwa-Israyeli babulala kwaBenjamini ngalolo suku izinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu nekhulu; bonke bahosha izinkemba zabo.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 20:35
5 Referans Kwoze  

ukuthi ukujabula kwezikhohlakali kufushane, nokuthokoza kwabangenankulunkulu kungokomzuzwana nje na?


AbakwaBhenjamini ababalwa ngalolo lusuku babengamadoda ayizi-26 000 ahlome ngenkemba, aphuma emizini yakhona, zingabaliwe izakhamuzi zaseGibheya. Amadoda abalwa, akhethwa ayengama-700.


Kweza malungana neGibheya amadoda ayizi-10 000 ayekhethwe kuwo wonke u-Israyeli. Impi yayinzima kakhulu, kodwa abakwaBhenjamini babengaboni ukuthi ingakanani inhlekelele eyayizobehlela.


AbakwaBhenjamini babona ukuthi sebenqotshiwe. Abakwa-Israyeli bona babavulela indlela yokubaleka abakwaBhenjamini, ngoba bethemba amabutho ababewabeke ukuba abalalele unyendle ngaseGibheya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite