Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 2:9 - IsiZulu 2020

9 Bamngcwaba emngceleni wefa lakhe eThimnathi Heresi, kwelezintaba kwa-Efrayimi, enyakatho yentaba iGahashi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Bammbela emkhawulweni wefa lakhe eThimnati Heresi ezintabeni zakwa-Efrayimi ngasenyakatho kwentaba yakwaGahashi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Bammbela emkhawulweni wefa lakhe eThimnatha ezintabeni zakwa-Efrayimi ngasenyakatho kwentaba iGahashi.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 2:9
6 Referans Kwoze  

Ngokomyalo kaSimakade bamnika umuzi ayewucelile, iThiminathi Sera kwelezintaba kwa-Efrayimi; wawakha kabusha umuzi, wahlala kuwo.


Bamngcwaba eThiminathi Sera eyifa lakhe, ekwelezintaba kwa-Efrayimi, enyakatho yentaba iGahashi.


Sebeqedile ukwaba izwe ngokwezizwe, nangokwemingcele yalo, abakwa-Israyeli banika uJoshuwa, indodana kaNuni, ifa lakhe phakathi kwabo.


UJoshuwa, indodana kaNuni, inceku kaSimakade, wafa eseneminyaka eyi-110.


Kwathi emveni kwazo zonke lezo zinto uJoshuwa, indodana kaNuni, inceku kaSimakade, wafa eseneminyaka eyi-110.


Emveni kokufa kukaJoshuwa, abantu bakwa-Israyeli babuza kuSimakade, bathi: “Ngubani ozosihola siyokulwa namaKhanani, na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite