Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 19:28 - IsiZulu 2020

28 Yathi kuso: “Vuka, sihambe,” kodwa kasiphendulanga. Yase isigibelisa embongolweni, yasuka, yaya endaweni yayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Yathi kuye: “Vuka sihambe,” kepha akuphendulanga muntu. Yayisimbeka embongolweni yayo; wasuka lowo muntu, waya endaweni yakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Wathi kuye: “Sukuma sihambe.” Kodwa akekho owaphendula. Indoda yamkhwelisa embongolweni, yasukuma indoda, yaya endaweni yayo.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 19:28
3 Referans Kwoze  

Izakhamuzi zaseGibheya zangivukela, zazungeza indlu ebusuku. Zaziqonde ukungibulala; zadlwengula isancinza sami saze safa.


Kwathi lapho isidlulile imini, baphrofetha kwaze kwanikelwa ngomnikelo wempuphu, kepha akubanga khona zwi, nophendulayo, nonakekelayo.


Ekuseni inkosi yakhe yavuka, yavula iminyango yendlu, lapho iphuma ukuze ihambe; bheka, nasiya isancinza sayo siwile ngasemnyango wendlu, izandla zaso ziphezu kombundu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite