Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 19:27 - IsiZulu 2020

27 Ekuseni inkosi yakhe yavuka, yavula iminyango yendlu, lapho iphuma ukuze ihambe; bheka, nasiya isancinza sayo siwile ngasemnyango wendlu, izandla zaso ziphezu kombundu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Inkosi yakhe yavuka ekuseni, yavula iminyango yendlu, yaphuma ukuba ihambe indlela yayo; bheka, owesifazane, isancinza sakhe, wayewile ngasemnyango wendlu, izandla zakhe ziphezu kombundu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Inkosi yakhe yaqeda ekuseni, yavula iminyango yendlu, yaphuma ukuba ihambe; bheka, owesifazane, isancinza sakhe, ewele ngasemnyango wendlu, izandla zakhe zisembundwini.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 19:27
4 Referans Kwoze  

Ekuseni ngovivi lona wesifazane wafike wawela ngasemnyango wendlu yalelo khehla, lapho inkosi yakhe yayikhona, kwaze kwasa.


Yathi kuso: “Vuka, sihambe,” kodwa kasiphendulanga. Yase isigibelisa embongolweni, yasuka, yaya endaweni yayo.


Inkazimulo kaSimakade yasuka phezu kwekherubhi, yaya emphemeni wendlu. Indlu yagcwala ifu, negceke lagcwala ukukhazimula kwenkazimulo kaSimakade.


Inkazimulo kaSimakade yasuka emphemeni wendlu, yama phezu kwamakherubhi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite