Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 19:25 - IsiZulu 2020

25 Kepha abantu abafunanga ukulilalela. Leyo ndoda yabamba isancinza sayo, yasikhiphela kubo phandle. Basidlwengula, basihlukumeza ubusuku bonke kwaze kwasa. Ekuthatheni kokusa basidedela sahamba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kepha abantu kabavumanga ukumlalela; khona lowo muntu wasibamba isancinza sakhe, wasikhiphela kubo; basazi, basona ubusuku bonke kwaze kwaba sekuseni; ekuthatheni kokusa basiyeka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Kepha amadoda awavumanga ukumlalela; indoda yasithatha isancinza sayo, yasiphumisela kubo; bamazi, bamthuka ubusuku bonke kwaze kwasa; kwathi sekuqala ukuntwela ezansi, bamkhulula.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 19:25
9 Referans Kwoze  

okuthe bangalahlekelwa ngukuzisola, bazinikela emanyaleni amakhulu, ukuze benze ukungcola konke ngokuhuheka.


“Israyeli, selokhu wona kusukela ezinsukwini zaseGibheya. Bahlala lapho; impi nabantu bobubi ayiyukubafica eGibheya na?


Sebeshone shi enkohlakalweni njengasezinsukwini zaseGibheya; uyakukhumbula iziphambeko zabo, abajezisele izono zabo.


U-Adamu walala nomkakhe u-Eva, wayesekhulelwa, wazala uKhayini, wathi: “Ngifumene insizwa kuSimakade.”


Bhekani, nansi indodakazi yami, eyintombi, nesancinza sale ndoda, ngizakukhipha bona, nenze kubo noma yini eniyibona ilungile emehlweni enu, kodwa kule ndoda, aniyukubenza lobu buwula obuyihlazo.”


Ekuseni ngovivi lona wesifazane wafike wawela ngasemnyango wendlu yalelo khehla, lapho inkosi yakhe yayikhona, kwaze kwasa.


Izakhamuzi zaseGibheya zangivukela, zazungeza indlu ebusuku. Zaziqonde ukungibulala; zadlwengula isancinza sami saze safa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite