AbAhluleli 19:24 - IsiZulu 202024 Bhekani, nansi indodakazi yami, eyintombi, nesancinza sale ndoda, ngizakukhipha bona, nenze kubo noma yini eniyibona ilungile emehlweni enu, kodwa kule ndoda, aniyukubenza lobu buwula obuyihlazo.” Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE24 Bhekani, nansi indodakazi yami, intombi, nesancinza sakhe; ngiyakubakhipha bona manje, nibone, nenze kubo njengokuthanda kwenu; kepha kulo muntu ningenzi ubuwula obunjalo.” Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202424 Bheka, nansi indodakazi yami, intombi, nesancinza sayo; manje ngiyakubakhipha, ngikuthobe, wenze kubo okuhle emehlweni akho; Gade chapit la |