Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 19:20 - IsiZulu 2020

20 Ikhehla lathi: “Ukuthula makube kuwe. Ngizokunakekela kukho konke okudingayo, kuphela nje ungalali lapha esigcawini ngalobu busuku.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Lase lithi ixhegu: “Ukuthula makube kuwe; kepha konke okuswelayo makube phezu kwami; kepha ungalali esigcawini.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ixhegu lase lisithi: Ukuthula makube kuwe! zonke izinkanuko zenu mazibe phezu kwami; ungahlali nje emgwaqeni.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 19:20
15 Referans Kwoze  

Kepha uSimakade wathi kuye: “Ukuthula makube kuwe; ungesabi, awuzukufa.”


Bantwanyana, masingathandi ngezwi nangokukhuluma nje, kodwa makubonakale ngezenzo nangeqiniso.


Yamukelanani yilowo nalowo, ningabi nakukhononda.


Ningakhohlwa wukuphatha kahle izihambi, ngokuba abanye benu ngokwenza kanjalo baphatha kahle izingelosi bengazi.


Kepha yena ofundiswa izwi makahlanganyele nalowo omfundisayo ezintweni zonke ezinhle.


makube kini umusa nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba wethu naseNkosini uJesu Khristu.


nifune njalo ukuhlanganyela ekusweleni kwabangcwele, nisize nabayizihambi.


“Ukuthula ngikushiya kini, ukuthula kwami nginipha khona. Ukunipha kwami akufani nokupha kwezwe. Inhliziyo yenu mayingakhathazeki, futhi ingesabi.


Kwase kwehla umoya phezu kuka-Amasayi, owayeyinhloko yabangama-30, wathi: “Singabakho thina, Davide, sinawe, wena ndodana kaJese; ukuthula, ukuthula makube nawe, ukuthula makube nabakusizayo, ngokuba uNkulunkulu wakho ukusizile.” Wayesebamukela uDavide, wabenza izinhloko zeviyo.


nithi kumfowethu: ‘Ukuthula makube kuwe, ukuthula makube sendlini yakho, ukuthula makube kukho konke onakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite