Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 19:14 - IsiZulu 2020

14 Base bedlula, baqhubeka nohambo lwabo, ilanga labashonela beseduze neGibheya kwaBhenjamini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Base bethula bahamba; ilanga lashona bengaseGibeya elingelakwaBenjamini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Base behamba, bahamba; ilanga lashona beseGibeya yakwaBhenjamini.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 19:14
4 Referans Kwoze  

Yayisithi encekwini yayo: “Woza, masizame ukufinyelela kwenye yalezi zindawo, ukuze silale eGibheya noma eRama.”


Baphambuka ukuba bangene, balale eGibheya. Wangena wayohlala esigcawini somuzi, kodwa abangeniswanga muntu ukuba balale.


Kusihlwa kwaqhamuka ikhehla livela emsebenzini walo ensimini. Lelo khehla lalidabuka kwelezintaba kwa-Efrayimi, kodwa lase ligogobele eGibheya. Abantu bakule ndawo kwakungabakwaBhenjamini.


Wabusa eJerusalema iminyaka emithathu. Igama likanina kwakunguMikhaya, indodakazi ka-Uriyeli waseGibheya. Kwakukhona ukulwa phakathi kuka-Abhiya noJerobhowamu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite