Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 18:26 - IsiZulu 2020

26 Abozalo lukaDani babamba ababeze ngayo; uMikha ebona ukuthi banamandla kunaye, waphenduka, wabuyela endlini yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Bahamba abantwana bakwaDani; uMika esebonile ukuthi banamandla kunaye, waphenduka, wabuyela endlini yakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Abantwana bakwaDani basuka, uMika ebona ukuthi banamandla kunaye, waphenduka, wabuyela endlini yakhe.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 18:26
5 Referans Kwoze  

“UDani uyohola abantu bakhe njengesinye sezizwana zakwa-Israyeli.


AbakwaDani bathi kuye: “Izwi lakho malingezwakali kithi, funa amadoda abilelwa ngamakhanda akusoconge, ufe wena nabendlu yakho.”


Bathatha okwakwenziwe nguMikha nomphristi wakhe, bafika eLayishi kubantu abanokuthula, belondekile, bababulala ngenkemba, bashisa nomuzi ngomlilo.


Walibeka elinye eBhethele, elinye walibeka kwaDani.


“Nanka amagama ezizwe: UDani uyakuba nesabelo, kusukela emngceleni osenyakatho eceleni komgwaqo eHethiloni kuya eLebho Hamathi, kuze kuyofika eHazari Enani elingumngcele eDamaseku ngasenyakatho eceleni kweHamathi, kuya ohlangothini olusempumalanga kuze kube sentshonalanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite