Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 18:20 - IsiZulu 2020

20 Inhliziyo yomphristi yathokoza, wathatha ingubo yamahlombe, netherafimi, nesithombe esibaziweyo, wangena emshungwini wabantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Yayisithokoza inhliziyo yompristi, wayithatha ingubo yamahlombe, namatherafi, nesithombe esibaziweyo, wangena phakathi kwabantu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Inhliziyo yompristi yathokoza, wathatha ingubo yamahlombe, nezithixo, nesithombe esibaziweyo, wangena phakathi kwabantu.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 18:20
13 Referans Kwoze  

futhi ngenxa yobugovu babo, bayakunihlukumeza ngamazwi obuqili. Ukulahlwa kwabo okwamenyezelwa kusukela emandulo akulibali, nokubhujiswa kwabo akozeli.


Isiphetho sabo ngukubhujiswa; abankulunkulu wabo yizisu zabo, nodumo lwabo lungukwenza ihlazo; bacabanga ngezinto zomhlaba kuphela.


Angifisanga siliva, nagolide, nangubo yamuntu.


Ngalokho-ke izwe liyalila, bonke abahlala kulo bayonda, nezilwane zasendle, izinyoni zezulu, nezinhlanzi zasolwandle kuyashabalala.”


Nina ningihlambalazile kubantu bami, ngoba nifuna inkeshezana yebhali nezingcezwana zesinkwa. Nibulale labo obekungafanele bafe, nalondoloza labo ebebengezukuphila, lapho nikhuluma amanga kubantu bami abawalalelile.”


Yebo, bayizinja ezihahayo, abesuthi; abelusi nabo bonke ngothi lwabo abanakuqonda, baphendukele bonke ezindleleni zabo; yilowo nalowo enzuzweni yakhe.


“Umsundu unamadodakazi amabili, athi: ‘Siphe, siphe.’ “Kukhona izinto ezintathu ezingasuthi, nezine ezingasho ukuthi: ‘Kwanele!’:


UMikha wayesethi kuyo: “Hlala nami, ube ngubaba nomphristi wami, ngizokunika izinhlamvu zesiliva ezilishumi ngonyaka, nesembatho, nokudla.” UmLevi wahlala.


“ ‘Aniyukuzenzela onkulunkulu abangasho lutho, aniyukuzimisela izinsika, aniyukuzibekela itshe elingumfanekiso ezweni lakini, ukuba nikukhothamele; nginguSimakade uNkulunkulu wenu.


Athi kuye: “Thula! Vala umlomo wakho ngesandla, uhambe nathi, ube ngubaba wethu nomphristi. Kuhle yini kuwe ukuba ngumphristi wendlu yomuntu oyedwa kunokuba ube ngumphristi wesizwana nomndeni kwa-Israyeli, na?”


Baphenduka bangena indlela, babeka phambili izingane, imfuyo, nempahla yabo.


Ngokuba inkosi yaseBhabhele isimi egumbini lezindlela, engosini yezindlela zombili, ukuba ibhule; ixhakazisa imicibisholo, ibuza amatherafi, ihlola esibindini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite