Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 18:15 - IsiZulu 2020

15 Baphambukela lapho, bafika endlini yensizwa yomLevi, endlini kaMikha, bayibuza impilo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Baphambuka khona, bafika endlini yensizwa yomLevi, endlini kaMika, bayibuza impilo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Aphambukela khona, afika endlini yensizwa, umLevi, endlini kaMika, ayibingelela.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 18:15
10 Referans Kwoze  

Wawabuza impilo wathi: “Iphila kanjani indoda endala enguyihlo enangitshela ngayo na? Isawadla yini anhlamvana na?”


“Ukuthula ngikushiya kini, ukuthula kwami nginipha khona. Ukunipha kwami akufani nokupha kwezwe. Inhliziyo yenu mayingakhathazeki, futhi ingesabi.


ake ugijime, umhlangabeze, uthi kuye: ‘Usahleli kahle yini na? Indoda yakho isahleli kahle? Umntanakho usahleli kahle?’ ” Wathi: “Sisahleli kahle.”


UDavide wayishiya impahla yakhe kumlindi wempahla, wagijimela empini, wabingelela abafowabo wababuza impilo.


Wathi kuye: “Hamba uyobona ukuthi abafowenu nemfuyo basaphatheke kahle yini, bese ungilethela umbiko.” Wamthuma esuka esigodini eHebhroni, waze wayofika eShekhemu.


Amadoda ayisihlanu ayekade ezohlola iLayishi athi kubafowabo: “Niyazi nje ukuthi kulezi zindlu kukhona ingubo yamahlombe, netherafimi nesithombe esibaziweyo nesibunjiweyo, na? Cabangisisani ukuthi nizokwenzenjani.”


Amadoda angama-600 akwaDani ayehlome ngezikhali ema ekungeneni kwesango.


Uphathele induna yenkulungwane lawa makhekheba kashizi. Ubheke ukuthi basaphila kahle yini abafowenu, ungibuyele nobufakazi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite