Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 17:8 - IsiZulu 2020

8 Leyo ndoda yawushiya umuzi iBhethlehema kwaJuda, ukuba iyohlala lapho yayingathola khona indawo. Yahamba yaze yafika endlini kaMikha kwelezintaba kwa-Efrayimi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Lowo muntu wamuka emzini, iBetlehema Juda, ukuyobona lapho engathola khona indawo; ekuhambeni kwakhe wafika ezintabeni zakwa-Efrayimi endlini kaMika.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Lowo muntu wasuka emzini waseBetlehema Juda ukuba agogobale njengowezizwe lapho engathola khona indawo;

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 17:8
6 Referans Kwoze  

UmLevi wavuma ukuhlala nalowo muntu, leyo nsizwa yaba kuye njengenye yamadodana akhe.


U-Eleyazare indodana ka-Aroni wafa; bamngcwaba eGibheya umuzi kaFinehasi indodana yakhe, ayewunikiwe kwelezintaba kwa-Efrayimi.


Kwakukhona insizwa eBhethlehema kwaJuda, ingeyesizwana sakwaJuda. YayingumLevi, igogobele lapho.


UMikha wathi kuyo: “Uvelaphi, na?” Yaphendula yathi: “NgingumLevi waseBhethlehema kwaJuda, ngihamba ngicinga lapho ngingathola khona indawo.”


Ngezinsuku lapho kusaphethe abehluleli, kwaba khona indlala enkulu ezweni. Indoda ethile yaseBhethlehema kwaJuda nomkayo namadodana ayo amabili, basuka bayohlala kwaMowabi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite