Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 15:4 - IsiZulu 2020

4 USamsoni wahamba wabamba izimpungushe ezingama-300, wathatha izihlonti, wayesenza ukuba izimpungushe zilinganisane ngemisila, wabophela izihlonti phakathi kwemisila yazo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 USamsoni wahamba, wabamba izimpungushe ezingamakhulu amathathu, wathatha izikhuni, wazibhekisana ngemisila, wafaka isikhuni phakathi kwemisila ngamibili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 USamsoni wahamba wabamba izimpungushe ezingamakhulu amathathu, wathatha umentshisi, waphendula umsila ngomsila, wafaka umlilo phakathi kwemisila emibili.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 15:4
8 Referans Kwoze  

Phezu kwentaba iZiyoni esiyincithakalo, sekuzulazula amanketshane.


Sibambeleni izimpungushe, amazinyane azo angazoni izivini, ngokuba izivini zethu zisaqhakaza.


Bazonikelwa esandleni senkemba, babe wukudla kwezimpungushe.


USamsoni wathi kubo: “Ngalesi sikhathi, uma ngenza okubi kumaFilisti, angizukuba nacala.”


Esezithungele izihlonti, wazidedela izimpungushe ukuba zingene phakathi kukakolo wamaFilisti ungakavunwa. Washisa izithungo nezinhlanga zikakolo, izivini nezihlahla zeminqumo.


Njengohlanya oluphonsa izikhuni nemicibisholo ebulalayo,


Ubothi kuye: ‘Xwaya, uthule; ungesabi, ungadangali enhliziyweni yakho ngenxa yalezi ziphunzi zezikhuni ezimbili ezithunqayo, nangokuvutha kolaka lukaRezini ne-Aramu, nolwendodana kaRemaliya.


Wayesethi ezincekwini zakhe: “Niyabona-ke, insimu kaJowabe iseduze neyami, unebhali khona; hambani niyithungele ngomlilo.” Izinceku zika-Absalomu zayithungela-ke ngomlilo insimu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite