AbAhluleli 14:9 - IsiZulu 20209 Wazitapa ngezandla zakhe, waqhubeka ehamba edla. Lapho efika kuyise nonina, wabanika nabo badla, kodwa akabatshelanga ukuthi uju wayelutape esidunjini sengonyama. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Wazitapa ngezandla zakhe, wahamba, wahamba edla, wafika kuyise nonina, wabapha, badla nabo; kepha akabatshelanga ukuthi wayetape izinyosi esidumbini sengonyama. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20249 Wathatha esandleni sakhe wadla, wafika kuyise nonina, wabapha, badla; kodwa kabatshelanga ukuthi wayethethe uluju engomeni yesilwane. Gade chapit la |