AbAhluleli 14:17 - IsiZulu 202017 Wakhala phambi kwakhe kwaze kwaphela izinsuku eziyisikhombisa zedili labo, kodwa ngenxa yokuba wayelokhu embelesele, ngosuku lwesikhombisa uSamsoni wamtshela. Wayesebachazela abakubo imfumbe. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE17 Wakhala phambi kwakhe izinsuku eziyisikhombisa, lisekhona idili labo; kwathi ngosuku lwesikhombisa wayesemtshela, ngokuba wamcindezela kakhulu; wayisho imfumbe kwabakubo. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202417 Wakhala inyembezi phambi kwakhe izinsuku eziyisikhombisa, kusedilini labo; ngosuku lwesikhombisa wamtshela, ngokuba wayemlimazile; wayitshela abantwana babantu bakubo imfihlakalo. Gade chapit la |
UDelila wathi kuSamsoni: “Kuze kube manje usahlekisa ngami, futhi ungitshela amanga; ngitshele ukuthi ungaboshwa kanjani, na?” USamsoni wathi kuye: “Uma ungeluka amagoda ayisikhombisa ekhanda, uwahlanganisa nezintambo eziphothiwe, uwabethele esikhonkwaneni, ngizoba ntekenteke, ngifane nawo wonke umuntu.”