Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 14:16 - IsiZulu 2020

16 Ngalokho-ke umkaSamsoni wakhala phambi kwakhe, wathi: “Uyangizonda, awungithandi neze. Ubuze abantu bakithi imfumbe, kodwa awukaze ungichazele mina.” USamsoni wamphendula wathi: “Bheka, angikaze ngimtshele ubaba noma umama imbala. Pho ngiyakukutshela kanjani wena, na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 UmkaSamsoni wakhala phambi kwakhe, wathi: “Uyangizonda kuphela, awungithandi; unikile abakithi imfumbe, awungitshelanga yona.” Wathi kuye: “Bheka, angibatshelanga ubaba nomame, ngiyakukutshela wena na?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 UmkaSamsoni wakhala phambi kwakhe, wathi: “Uyangizonda kuphela, awungithandi; ubekele abantwana babantu bami imfumbe, awungitshelanga yona. Wathi kuye: “Bheka, angibatshelanga ubaba nomame lokho; ngiyakukubikela na?”

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 14:16
4 Referans Kwoze  

UDelila wayesethi kuSamsoni: “Ungasho kanjani ukuthi uyangithanda, uma inhliziyo yakho ingenami, na? Usungikhohlise kwaze kwaba kathathu, awungitsheli ukuthi yini ekwenza ube namandla angaka.”


Ngakho-ke indoda iyoshiya uyise nonina inamathele kumkayo babe nyamanye.


Wakhala phambi kwakhe kwaze kwaphela izinsuku eziyisikhombisa zedili labo, kodwa ngenxa yokuba wayelokhu embelesele, ngosuku lwesikhombisa uSamsoni wamtshela. Wayesebachazela abakubo imfumbe.


Ekugcineni, emva kokumcindezela ngamazwi usuku nosuku, embelesele, waze wacikeka kakhulu uSamsoni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite