Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 14:14 - IsiZulu 2020

14 Wayesethi kuzo: “Kodlayo kwaphuma ukudla, konamandla kwavela okumnandi.” Ezinsukwini ezintathu azikwazanga ukuyichaza imfumbe leyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Wayesethi kubo: “Kodlayo kwaphuma ukudla, konamandla kwavela okumnandi.” Babengenakuyiqandela imfumbe ngezinsuku ezintathu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Wathi kubo: “Kodlayo kwaphuma ukudla, kwabanamandla kwaphuma ubumnandi.” Futhi abakwazanga ukuxazulula imfihlakalo ngezinsuku ezintathu.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 14:14
20 Referans Kwoze  

Amagwababa amlethela isinkwa nenyama ekuseni, nesinkwa nenyama kusihlwa, waphuza emfudlaneni.


Kepha kukho konke lokho, siyanqoba nokunqoba ngowasithandayo.


owathwala izono zethu emzimbeni wakhe, emthini, ukuze kuthi sesifile ezonweni, siphile ekulungeni. Ngemivimbo yakhe naphiliswa,


Ngokuba usizi lwethu oluncane lwesikhashana lusilungisela inkazimulo enkulu yaphakade, engenakulinganiswa.


Yona yathi: “Ngingakuqonda kanjani, uma kungekho ongichasisela khona?” Yayisimnxusa uFiliphu ukuba agibele enqoleni ahlale nayo.


UJesu waphendula, wathi kubo: “Yingokuba nina niphiwe ukwazi izimfihlakalo zombuso wezulu, kodwa bona kabakuphiwanga lokho.


Ukuhlakanipha kuphakeme kakhulu esiwuleni, sona asiwuvuli umlomo waso esangweni.


UJehoshafathi namabutho akhe kwathi lapho befika ukuba babuthe impango kubo, bafumanisa kubo ingcebo eningi kakhulu abangakwazanga ukuyithwala.


Kweza abanye bamazisa ngalokho uJehoshafathi, bathi: “Kuza isixuku esikhulu esivela phesheya kolwandle, e-Aramu; manje sesingaseHazezoni Thamari eliyi-Eni Gedi.”


Ngizokwenza ubutha phakathi kwakho nowesifazane, ngizonenza nizondane nenzalo yowesifazane. Inzalo yowesifazane iyochoboza ikhanda leyakho, nenzalo yakho ishaye isithende senzalo yakhe.”


Kepha uma nehluleka ukungichazela yona, niyonginika izingubo zelineni ezingama-30 nezingubo zokuphendulela ezingama-30.” Zathi kuye: “Sitshele imfumbe yakho sifuna ukuyizwa.”


Ngosuku lwesikhombisa zathi kumkaSamsoni: “Mnxenxe umyeni wakho ukuba asichazele imfumbe, kungenjalo sizokushisa ngomlilo wena nendlu kayihlo. Ngabe usimemele lapha ukuba nizosiphundla sibe mpofu, akunjalo na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite