Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 13:12 - IsiZulu 2020

12 Wayesethi uManowa: “Nxa sekwenzekile owakukhulumayo, iyakuba yini indlela yomntwana, uyakwenzani, na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Wayesethi uManowa: “Nxa esenzekile amazwi akho, iyakuba yini indlela yomntwana, kuyakwenziwani na?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 UManowa wayesethi: “Manje amazwi enu agcwaliseke.” Sizoyala kanjani umntwana, futhi sizomenzani?

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 13:12
7 Referans Kwoze  

Nani boyise, ningabathukuthelisi abantwana benu, kodwa nibondle ngokuyala nangokuqondisa kweNkosi.


Khulisa umntwana ngendlela eyakuba ngeyakhe; kuyakuthi lapho esekhulile angasuki kuyo.


wangifundisa, wathi, kimi: “Inhliziyo yakho mayibambelele emazwini ami, ugcine imiyalelo yami, uphile.


futhi ngimqokile ukuba afundise abantwana bakhe nabendlu yakhe, ukuba bagcine umyalo kaSimakade ngokwenza ukulunga nobulungiswa, ukuze uSimakade akufeze lokho amethembise khona.”


UManowa wasukuma walandela umkakhe, wafika kulowo muntu, wathi kuye: “Ngabe uyilowo muntu owakhuluma kulo wesifazane, na?” Wathi: “Yebo, nginguye.”


Ingelosi kaSimakade yathi kuManowa: “Owesifazane makakulalele konke engimtshele khona.


Mangizwe ububele bakho ekuseni, ngokuba ngethembela kuwe; ngazise indlela engifanele ukuhamba ngayo, ngokuba umphefumulo wami ngiwuphakamisela kuwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite