Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 12:15 - IsiZulu 2020

15 U-Abhidoni, indodana kaHileli umPhirathoni, wafa, wangcwatshwa ePhirathoni, ezweni lakwa-Efrayimi kwelezintaba lama-Amaleki.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 U-Abidoni indodana kaHileli wasePirathoni wafa, wembelwa ePirathoni ezweni lakwa-Efrayimi ezintabeni zama-Amaleki.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 U-Abidoni indodana kaHileli wasePirathoni wafa, wembelwa ePirathoni ezweni lakwa-Efrayimi ezintabeni zama-Amaleki.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 12:15
10 Referans Kwoze  

Kusukela kwa-Efrayimi baphumela esigodini, kulandela wena Bhenjamini nabafowenu, kusukela eMakhiri, bahamba abakhuzi bempi behla kusukela kwaZebuloni, kwehla abaphethe induku yomkhuzi wempi.


uBhenaya wasePhirathoni, uHidayi wangasemifudlaneni yakwaGahashi,


USawule wawanqoba ama-Amaleki kusukela eHavila kuya ngaseShuri elingaphambi kweGibhithe.


Kwathi ukuba afike lapho, washaya icilongo ekwelezintaba kwa-Efrayimi. Abantu bakwa-Israyeli behla naye kwelezintaba, ebahola.


U-Egiloni ehlangene nabakwa-Amoni nabase-Amaleki bamhlasela, bamehlula u-Israyeli, badla uMuzi Wamasundu.


Ama-Amaleki aphuma alwa nabakwa-Israyeli eRefidimi.


Base bebuyela emuva, bafika e-Eni Mishiphathi okuyiKadeshi, balinqoba lonke izwe lama-Amaleki, nama-Amori ayakhe eHazezoni Thamari.


Emva kuka-Eloni, u-Abhidoni, indodana kaHileli umPhirathoni, wehlulela u-Israyeli.


Wayenamadodana angama-40, nabazukulu abangama-30 ababegibela izimbongolo ezingama-70; wehlulela u-Israyeli iminyaka eyisishiyagalombili.


Abakwa-Israyeli babuye benza okubi emehlweni kaSimakade; uSimakade wabanikela esandleni samaFilisti iminyaka engama-40.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite