Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 11:32 - IsiZulu 2020

32 UJeftha wayesedlulela kubantu bakwa-Amoni ukuba alwe nabo; uSimakade wabanikela esandleni sakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 UJefta wayesedlulela kubantwana bakwa-Amoni ukulwa nabo; uJehova wabanikela esandleni sakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 UJefta wayesedlulela kubantwana bakwa-Amoni ukuba alwe nabo; uJehova wabanikela esandleni sakhe.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 11:32
6 Referans Kwoze  

UMoya kaSimakade wehlela phezu kwakhe, wabehlulela abakwa-Israyeli; waphuma waya empini, uSimakade wayinikela esandleni sakhe inkosi uKhushani Rishathayimi yase-Aramu, wamehlula uKhushani Rishathayimi.


Noma yinini lapho uSimakade ebavusela abehluleli, uSimakade wayeba naye umehluleli, futhi wayebakhulula esandleni sezitha zabo ngazo zonke izinsuku zalowo mehluleli, ngokuba uSimakade wayeba nozwelo lapho sebebubula ngenxa yalabo ababebacindezele, bebahlupha.


UJuda wenyuka. USimakade wanikela amaKhanani namaPherizi esandleni sakhe; babulala abantu abayizi-10 000 eBhezekhi.


kuyothi noma yini eyophuma emnyango wendlu yami izongihlangabeza, lapho ngibuya ngokuthula kubantu bakwa-Amoni, kube ngokukaSimakade, nginikele ngakho kube ngumnikelo wokushiswa.”


Wababulala kusukela e-Aroweri kuye kuyofika eMinithi, imizi engama-20, nase-Abhela Kheramimi. Abakwa-Amoni banqotshwa ngabakwa-Israyeli.


USimakade wabavusela abehluleli ababakhulula esandleni salabo ababebaphanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite