Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 11:28 - IsiZulu 2020

28 Nokho inkosi yakwa-Amoni ayizange iwashaye mkhuba amazwi uJeftha ayewathumele kuyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Kodwa inkosi yabantwana bakwa-Amoni ayilalelanga amazwi kaJefta awathuma kuyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Kodwa inkosi yabantwana bakoAmoni kayilalelanga amazwi kaJefitha eyayiwathumile.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 11:28
4 Referans Kwoze  

Kepha u-Amaziya akalalelanga. UJehowashi, inkosi yakwa-Israyeli, wenyuka, base betholana phezulu no-Amaziya, inkosi yakwaJuda, eBhethi Shemeshi lakwaJuda.


Ukuzidla kwendulela ukuwa, nomoya oziqhenyayo wandulela ukubhadazela.


Akuyimi engonileyo kuwe, kodwa nguwe owenza okubi kimi ngokulwa nami. Sengathi uSimakade ongumehluleli anganquma namuhla phakathi kwabakwa-Israyeli nabakwa-Amoni.”


UMoya kaSimakade wehlela phezu kukaJeftha, wadabula kwaGileyadi nakwaManase. Wedlulela eMizpha kwaGileyadi, wasuka eMizpha kwaGileyadi waya kubantu bakwa-Amoni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite