Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 11:25 - IsiZulu 2020

25 Pho wena ungcono yini kunenkosi uBhalaki, indodana kaZiphori wakwaMowabi, na? Wake wabanga yini nabakwa-Israyeli, noma waya empini nabo, na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Pho, ungcono yini kunoBalaki indodana kaSipori, inkosi yakwaMowabi, na? Wake waphikisana no-Israyeli, wake walwa nabo na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Manje wena ungcono yini kunoBalaki indodana kaSipori, inkosi yakwaMowabi? Wake walwa no-Israyeli, noma wake walwa nabo na?

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 11:25
4 Referans Kwoze  

Bantu bami, ake nikhumbule okwahlelwa nguBhalaki inkosi yakwaMowabi, nokuthi wamphendula wathini uBhalamu indodana kaBheyori, nokusuka eShithimi kuya eGiligali ukuba nazi ngokulunga kukaSimakade.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite