Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 11:1 - IsiZulu 2020

1 UJeftha wakwaGileyadi owayeyindodana yesifebe, wayeyiqhawe elinamandla. Uyise kwakunguGileyadi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UJefta wakwaGileyadi wayeyiqhawe elinamandla; wayeyindodana yesifebe; uGileyadi wamzala uJefta.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 UJefta wakwaGileyadi wayeliqhawe elinamandla, wayeyindodana yesifebe; uGileyadi wazala uJefta.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 11:1
6 Referans Kwoze  

Ngingabuye ngithini ngokukholwa na? Ngingaphelelwa yisikhathi uma ngingaqhubeka ngilande ngoGideyoni, uBharaki, uSamsoni, uJeftha; ngoDavide noSamuweli nangabaphrofethi,


UNahamani, umkhuzi wempi yenkosi yase-Aramu, wayengumuntu omkhulu phambi kwenkosi yakhe, otusekayo, ngokuba uSimakade wayenze ukuba i-Aramu linqobe ngaye, futhi wayeyiqhawe elinamandla, kodwa wayenochoko.


Ingelosi kaSimakade yabonakala kuye, yathi: “USimakade unawe, qhawe elinamandla.”


Abakhuzi bempi yakwaGileyadi bathi omunye komunye: “Ngubani ozoqala impi nabakwa-Amoni, na? Uyokuba yinhloko phezu kwazo zonke izakhamuzi zakwaGileyadi.”


UmkaGileyadi wamzalela naye amadodana. Kuthe lapho amadodana omkakhe ekhula, amxosha, ethi kuye: “Awunakuthola lutho oluyifa endlini kababa, ngokuba uyindodana yomunye umfazi.”


USimakade wayesethumela uJerubhali, uBhedani, uJeftha, noSamuweli, wanihlenga esandleni sezitha zenu ezazinizungeze nhlangothi zonke, nahlala ngokuvikeleka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite