AbAhluleli 1:9 - IsiZulu 20209 Emveni kwalokho abantu bakwaJuda behla bayokulwa namaKhanani ayehlala kwelezintaba eNingizimu, nasemathafeni. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Ngasemuva behla abantwana bakwaJuda ukuba balwe namaKhanani ayakhe ezintabeni, nangaseningizimu, nasenzansi. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20249 Ngemva kwalokho abantwana bakwaJuda behla ukuze balwe namaKhanani ayehlala ezintabeni, eningizimu, nasesigodini. Gade chapit la |