Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 8:9 - IsiZulu 2020

9 UThoyi, inkosi yaseHamathi, wezwa ukuthi uDavide uyinqobile yonke impi kaHadadezeri,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Lapho uThoyi inkosi yaseHamati ezwa ukuthi uDavide ushayile yonke impi kaHadadezeri,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kwathi uThoyi inkosi yaseHamati esezwile ukuthi uDavida utshaye ibutho lonke likaHadadezeri,

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 8:9
6 Referans Kwoze  

USolomoni wawugubha-ke umkhosi ngaleso sikhathi naye wonke u-Israyeli enaye, ibandla elikhulu, kusukela eLebho Hamathi kuze kube semfuleni eGibhithe, ngaphambi kukaSimakade uNkulunkulu wethu, izinsuku eziyisikhombisa nezinsuku eziyisikhombisa, okungukuthi izinsuku ezili-14.


Dlulelani eKhaline, nibone; nisuke lapho niye eHamathi elikhulu, bese nehlela eGathi lamaFilisti. Bangcono yini kunale mibuso na? Ngabe izwe labo likhulu yini kunelenu na?


Wakha iThadimori ehlane, kwathi eHamathi wakha imizi eyizinqolobane.


Kwathi ukuba uThowu, inkosi yaseHamathi, ezwe ukuthi uDavide uyibhubhisile yonke impi kaHadadezeri, inkosi yaseZobha,


uThoyi wathumela uJoramu, indodana yakhe, enkosini uDavide ukuba ayombingelela futhi ambusise, ngenxa yokuba wayelwe noHadadezeri, wamnqoba. UHadadezeri wayevamise ukulwa noThoyi. UJoramu wayephethe izinto ezenziwe ngesiliva, ngegolide, nangethusi.


Ukusuka entabeni iHori anoziphawulela indlela eya eHamathi, umngcele uphume eZedadi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite