Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 5:8 - IsiZulu 2020

8 UDavide wathi ngalolo lusuku: “Noma ngubani obulala amaJebusi, makasuke emseleni wamanzi ahlasele izinyonga nezimpumputhe, labo abazonda uDavide, naye futhi abazondayo. Ngalokho kuyothiwa: ‘Izimpumputhe nezinyonga aziyukungena endlini.’ ”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 UDavide wathi ngalolo suku: “Yilowo nalowo ochitha amaJebusi makasukele emseleni wamanzi izinyonga nezimpumputhe lezo ezizondwa ngumphefumulo kaDavide; ngalokho kuthiwa: ‘Izimpumputhe nezinyonga azinakungena endlini.’ ”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 UDavide wathi ngalolo suku: “Yilowo nalowo ogibela umgodi wokugwedla, abulale amaJebusi, nezinyonga, nezimpumputhe, ezondwa umphefumulo kaDavide, yena abe yinhloko nenduna; Ngakho bathi: “Izimpumputhe nezinyonga abayikungena endlini.”

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 5:8
5 Referans Kwoze  

Bonke abantu bakwa-Israyeli bathi: “Nimbonile lowo muntu owenyukile na? Ngokuba wenyukele ukweyisa u-Israyeli; kuyakuthi umuntu ombulalayo, inkosi imcebise ngengcebo enkulu, imnike indodakazi yayo, iyenze indlu kayise ibe ngekhululekile kwa-Israyeli.”


UDavide nokho wayidla inqaba iZiyoni, eseyingumuzi kaDavide manje.


UDavide wahlala enqabeni, wayibiza ngokuthi umuzi kaDavide. UDavide wakha nxazonke, kusukela eMilo kuya ngaphakathi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite