Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 5:13 - IsiZulu 2020

13 UDavide wabuye wazithathela ezinye izancinza nabafazi eJerusalema, ngesikhathi esefikile khona evela eHebhroni. Bamzalela uDavide amadodana namadodakazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 UDavide wazithathela ezinye izancinza nabafazi eJerusalema, esefikile evela eHebroni; uDavide wayesazalelwa amadodana namadodakazi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 UDavide wathatha ezinye izancinza nabesifazane eJerusalema ngemva kokufika kwakhe evela eHebroni, uDavide wazalelwa amadodana namadodakazi amaningi.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 5:13
11 Referans Kwoze  

Wonke lawo kwakungamadodana kaDavide, ngaphandle kwalawo ayezalwa yizancinza. Udadewabo kwakunguThamari.


Akayukuthola abafazi abaningi, funa inhliziyo yakhe ihlubuke, futhi angabi nesiliva negolide eliningi.


U-Abhiya waziqinisa waba namandla, wathatha abafazi abali-14, wazala amadodana angama-22 namadodakazi ali-16.


UDavide wakuqonda ukuthi uSimakade wayemmisile impela ukuba abe yinkosi kwa-Israyeli nokuthi uwuphakamisile umbuso wakhe ngenxa yabantu bakhe, u-Israyeli.


USolomoni wayenabafazi abangamadodakazi amakhosi abangama-700, nezancinza ezingama-300. Amakhosikazi akhe ayiphambukisa inhliziyo yakhe.


UDavide wathatha no-Ahinohama waseJizreyeli; baba ngomkakhe bobabili.


Ecebileyo yayinezimvu nezinkomo eziningi kakhulu,


Nanka amagama amadodana kaDavide abamzalela wona eHebhroni: izibulo u-Amnoni ku-Ahinohama, umHizireyelikazi; owesibili nguDaniyeli, ku-Abhigayili, umKharmelikazi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite