Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 3:6 - IsiZulu 2020

6 Ngesikhathi kusekhona ukulwa phakathi kwendlu kaSawule nendlu kaDavide, u-Abhineri wayekhulisa amandla akhe endlini kaSawule.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kwathi kusekhona ukulwa phakathi kwendlu kaSawule nendlu kaDavide, u-Abineri wamela indlu kaSawule ngamandla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kwathi kukhona ukulwa phakathi kwendlu kaSawule nendlu kaDavide, u-Abineri waziqinisa endlini kaSawule.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 3:6
10 Referans Kwoze  

“Ongahambisani nami, umelene nami; ongaqoqi nami, uyahlakaza.


Akukho ukuhlakanipha, akukho ukuqonda, asikho iseluleko, okungamelana noSimakade.


Kepha uma uphuma nabo ngokuba uthi wenzela ukuba iqine impi yakho, uNkulunkulu uyakukuqumba phansi phambi kwezitha zakho, ngokuba uNkulunkulu unamandla okuqumba phansi nokusiza.”


UJehu noJehonadaba, indodana kaRekhabhi, bangena endlini kaBhali; wathi ezincekwini zikaBhali: “Cingani, nibone, funa kube khona lapho oyedwa wezinceku zikaSimakade, kodwa makube yizinceku zikaBhali kuphela ezilapho.”


Eyesithupha kwaba ngu-Ireyamu, ezalwa ngu-Egila, umkaDavide. Wonke lawo madodana kaDavide azalelwa eHebhroni.


Igama lomkaSawule ngu-Ahinohama, indodakazi ka-Ahimazi. Umkhuzi wempi yakhe kungu-Abhineri, indodana kaNeri uyisekazi kaSawule.


Kwaba khona ukulwa isikhathi eside phakathi kwendlu kaDavide nendlu kaSawule. UDavide wadlondlobala ngamandla, kodwa indlu kaSawule yaya ngokuya iba ntekenteke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite