Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 3:34 - IsiZulu 2020

34 Izandla zakho bezingaboshiwe, izinyawo zakho zingafakwanga maketanga, uwe njengomuntu owa phambi kwezikhohlakali.” Bonke abantu baphinda bamkhalela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Izandla zakho zazingaboshiwe, nezinyawo zakho zazingafakwanga emaketangeni; wawa njengomuntu owayo phambi kwabantu ababi.” Bonke abantu baphinda bemkhalela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Izandla zakho bezingaboshiwe, nezinyawo zakho bezingafakwanga ngamaketanga; njengokuwa komuntu phambi kwababi, niwile kanjalo nina. Futhi bonke abantu baphinde bamkhalela.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 3:34
8 Referans Kwoze  

Njengeqembu labaphangi lilalele umuntu unyendle, kanjalo neqembu labaphristi liyabulala endleleni eya eShekhemu, impela benza inkohlakalo.


Umbulali uvuka ngovivi, abulale ompofu nontulayo; ebusuku ufana nesela.


Balila, bakhala, bazila kwaze kwahlwa ngenxa kaSawule noJonathani, indodana yakhe, nabantu bakaSimakade, nendlu ka-Israyeli, ngokuba babebulewe ngenkemba.


AmaFilisti ambamba, amkhipha amehlo, amehlisela eGaza, ambopha ngamaketanga ethusi. Wagwedla isigayo ejele.


Inkosi yamlilela u-Abhineri, yathi: “U-Abhineri ubengafa njengokufa kwesiwula na?


Abantu bonke bafika bamncenga uDavide ukuba adle isinkwa kusesemini, kodwa uDavide wafunga wathi: “Makenze kanjalo kimi uNkulunkulu, enezele futhi, uma ngidla isinkwa noma okunye lingakashoni ilanga.”


“ ‘ “Leso-ke yisililo abantu abayakusihlabelela. Amadodakazi ezizwe ayakusihlabelela, elilela iGibhithe naso sonke isixuku salo,” ’ ” kusho iNkosi uSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite