Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 3:20 - IsiZulu 2020

20 U-Abhineri wafika kuDavide eHebhroni namadoda angama-20. UDavide wamenzela idili u-Abhineri namadoda ayenawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Wayesefika u-Abineri kuDavide eHebroni nabantu abangamashumi amabili bekanye naye. UDavide wamenzela u-Abineri nabantu ababe naye idili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 U-Abineri wayesefika kuDavide eHebroni namadoda angamashumi amabili kanye naye. UDavide walungisela u-Abineri namadoda ayenaye ukudla.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 3:20
6 Referans Kwoze  

kwathi ngonyaka wesithathu wokubusa kwayo, yenzela zonke izikhulu zayo nezinceku zayo idili, abombutho wempi yasePheresiya naseMediya, izikhulu nababusi bezifundazwe, babelapho.


Wanikela ngomhlatshelo elapho kwelezintaba, wamema nezihlobo zakhe ukuba zidle. Badla, base belala kulo elezintaba ngalobo busuku.


Wabalungisela indumezulu yedili, badla, baphuza.


U-Abhineri wakhuluma futhi nabakwaBhenjamini; wayesuka eyotshela uDavide eHebhroni ngakho konke okuhle u-Israyeli nabo bonke abendlu yakwaBhenjamini ababezimisele ukukwenza.


U-Abhineri wathi kuDavide: “Mangihambe ngiyoqoqa wonke u-Israyeli eze enkosini yami, inkosi, ukuze enze isivumelwano nawe, ubuse phezu kwakho konke njengalokhu kufisa inhliziyo yakho.” UDavide wamkhulula u-Abhineri, wahamba ngokuthula.


U-Abhigayili wabuyela kuNabali; wafica enesiphihli sedili endlini yakhe, kungathi yidili lenkosi. Inhliziyo kaNabali yayithakasile ithe cosololo, ephuze kakhulu. U-Abhigayili akamtshelanga lutho oluncane nolukhulu kwaze kwaba sekuseni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite