2 Samuweli 24:20 - IsiZulu 202020 U-Arawuna walunguza, wabona inkosi nezinceku zayo beza kuye; waphuma, wayikhothamela inkosi, wayesethi mbo ngobuso emhlabathini. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE20 U-Arawuna walunguza, wabona inkosi nezinceku zayo beza kuye; u-Arawuna waphuma, wakhothama phambi kwenkosi, ubuso bakhe bubheke phansi. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202420 U-Arawuna wabheka, wabona inkosi nezinceku zayo beza kuye; u-Arawuna waphuma wakhothama phambi kwenkosi ubuso bakhe bubheke phansi. Gade chapit la |