Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 24:18 - IsiZulu 2020

18 UGadi wafika kuDavide ngalolo lusuku, wathi: “Yenyuka wakhele uSimakade i-althare esibuyeni sika-Arawuna umJebusi.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 UGadi wafika ngalolo suku kuDavide, wathi kuye: “Yenyuka, ummisele uJehova i-altare esibuyeni sika-Arawuna umJebusi.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 UGadi wayesefika kuDavide ngalolo suku, wathi kuye: “Khuphuka, wakhele uJehova i-altare esibuyeni sika-Arawuna umJebusi.”

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 24:18
6 Referans Kwoze  

Lapho uDavide evuka ekuseni, kwafika izwi likaSimakade kumphrofethi uGadi, umboni kaDavide, lathi:


Kwathi lapho befika eGoreni Hathadi elingaphesheya komfula iJordani, kwasuka esinamathambo, bakhihla isililo, kwaba muncu. UJosefa wamlilela uyise izinsuku eziyisikhombisa.


UDavide wenyuka njengokusho kukaGadi nanjengokuyala kukaSimakade.


USolomoni waqala ukwakha indlu kaSimakade eJerusalema, entabeni iMoriya, lapho uSimakade abonakala khona kuyise uDavide, endaweni uDavide ayeyilungisile, esibuyeni sika-Orinani, umJebusi.


Ngiyakukhipha igazi labo emlonyeni wabo, nokunyanyekayo emazinyweni abo, nabo bayakuba yinsali kuNkulunkulu wethu, babe ngababusi kwaJuda nase-Ekhroni njengamaJebusi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite