Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 Samuweli 23:23 - IsiZulu 2020

23 Wayehlonipheke kakhulu phakathi kwabangama-30, kodwa akafikanga kulaba abathathu ngokuhlonishwa. UDavide wambeka ukuba engamele abaqaphi bakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Wayetuseka kunabangamashumi amathathu, kepha akafinyelelanga kwabathathu bokuqala. UDavide wambeka phezu kwabalindi bakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Wayehloniphekile kunabangamashumi amathathu, kodwa akafinyelelanga kwabathathu bokuqala. UDavide wammisa phezu kwabalindi bakhe.

Gade chapit la Kopi




2 Samuweli 23:23
7 Referans Kwoze  

Nguye lowo Bhenaya owayeyiqhawe phakathi kwabangama-30, nowayengamele. Esigabeni sakhe kwakuno-Amizabhadi, indodana yakhe.


UJowabe wayesengumkhuzi wayo yonke impi yakwa-Israyeli. UBhenaya, indodana kaJehoyada, wayengamele amaKherethi namaPhelethi.


Inkosi uDavide yathatha ithusi eliningi kakhulu emizini kaHadadezeri, iBhetha neBherothayi.


U-Ahimelekhi wayiphendula inkosi, wathi: “Ngubani kuzo zonke izinceku zakho othembeke njengoDavide, umkhwenyana wenkosi, nenduna yabaqaphi bakho, nodumileyo endlini yakho na?


UBhenaya, indodana kaJehoyada, wenza lezo zinto, wazenzela igama phakathi kwabathathu.


Phakathi kwabangama-30 kwakungu-Asaheli, umfowabo kaJowabe, u-Elihanani, indodana kaDodo waseBhethlehema,


Noma umuntu oyedwa engehlulwa, nxa bebabili bangazivikela. Intambo emicu mithathu ayigqabuki kalula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite